Ugwetshiwe umshayeli wetekisi owabulala umgibeli

2017-09-19 13:59

Johannesburg - Umshayeli wetekisi oneminyaka engu-36 ubudala waseGoli ugwetshwe iminyaka engu-15 ebhadle ejele ngokubulala umgibeli etekisini yakhe.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Xoli Mbele, uthe uMbuyiseni Mgaga ulahlwe yicala wagwetshwa ngoMsombuluko eNkantol yesiFunda eGoli.

OLUNYE UDABA:Kuthungathwa umshayeli we-Uber ohlukumeze ngokocansi owesifazane

UMbele uthe: "Kusolwa ukuthi lo mshayeli wadubula wabulala uMhlonipheni Dlamini, 32, ekhoneni likaCommissioner noVon Weilligh Streets ngomhlaka-29 Novemba 2016 ngezithuba zabo-23:30.

"Isisulu sasingumgibeli etekisini sabanengxabano nomshayeli; saphuma etekisini, umshayeli wetekisi wasidubula ngesibhamu esisemthethweni."

UDlamini wahlonzwa njengoshonile endaweni yeisgameko, uMgaga wazinikela esiteshini samaphoyisa aseGoli ngomhlaka-30 Novemba.


– African News Agency (ANA)

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.