Ugwetshwe engu-65 ejele owabulala unkoskazi nendodana

2017-12-12 14:00

Johannesburg - Igixabezwe ngeminyaka engu-65 ibhadle ejele indoda eyabulala unkosikazi nendodana yaphinde yazama ukubulala nezinye izingane zayo ezimbili.

U-Alfred Setlae, 37, wasePutfontein, eKurhuleni ugwetshwe iminyaka ngu-65 ejele ngoMsombuluko eNkantolo eNkulu yasePitoli ngamacala okubulla unkosikazi wakhe uDelane Ntimane nendodana yabo eneminyaka engu-7 ubudala uTshepo.

USetlae waphinde washaya indodakazi yakhe odongeni wazama nokudubula enye indodana yakhe.

Uzodonsa iminyaka engu-30 ejele kwisigwebo sakhe seminyaka engu-65.

OLUNYE UDABA:Ugwetshiwe owabulala umuntu emsola ngokumebela iDVD eKZN

USetlae uvumile ukudubula unkosikazi wakhe ebusweni nasesifubeni ngesikhathi benengxabano ngemuva kwalokho wadubula indodana yakhe esifubeni nasekhanda ngesikhathi ilele.

Ngesikhathi indodana yakhe endala izama ukubaleka, uSetlae wayibiza wabe eseyidubula kodwa washweba.

Uphinde wavuma nokushaya indodakazi yakhe encane odongeni.

Yalimala yangeniswa esibhedlela amasonto amathathu.

Esitatimendeni, uSetlae uthe uyazisola ngakwenza, wathi okuningi okwenzek akasakukhumbuli kahle.

USetlae wazama ukuzibulala ngemuva kwesigameko kodwa isibhamu asizange siqhume.

Kubikwa ukuthi wayephuze uphuzo oludakayo futhi kuthiwa wayechukuluziwe.

Uthe, isigameko samhlukumeza ngesikhathi esebona akwenzile.

 - Daily Sun

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.