Ugwetshwe kanzima olahlwe awokukhwabanisela iSARS

2016-07-22 13:31

Cape Town - UJohan van Staden, owalahlwa yicala lokukhwabanisa, ugwetshwe iminyaka engu-46 ebhadla ejele yiNkantolo eNkulu yaseWestern Cape.

UVan Staden ulahlwe amacala angaphezu kwangu-40 ngokukhwabanisela iSouth African Revenue Service (Sars) imali elinganiselwa ku-R250 million.

Ugwetshwe iminyaka engu-20 ngamacala amabili ahlobene nokushintshanisana ngemali ngendlela engekho emthethweni, neminye iminyaka engu-20 ngamacala ehlukene okukhwabanisa kanye neminyaka eyisithupha ngokuhweba budedengu.

Funda nalolu daba: Zimkhalele osesithenjini oshumpule ubuntu bendodana angayizali

Izigwebo zonke uzozidonsa kanye kanye.

Leli cala lichazwe njengelikhulu kunawo wonke emlandweni wesifundazwe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.