Ugwetshwe odilikajele abangu-22 umgwenguli

2016-07-12 08:33

Thohoyandou – Umdlwenguli onguJonas Kgabo Moshabi ugwetshwe odilikajele abangu-22 ngamacala okudlwengula abesifazane abangu-32, kusho iNational Prosecuting Authority ngoMsombuluko.

Ukhombise ukungazisoli, wawaphika amacala, ulibofuzo luqinisekisile ukuthi uyathinteka kuwona wonke amacala abesolwa ngawo.

Izisulu ezimbili zamkhomba, kusho okhulumela iNPA uMashudu Malabi-Dzhangi esitatimendeni.

Funda nalolu daba: Ubuyela enkanotlo owatholakala nezicubu 'zezinkomo'

INkantolo eNkulu yaseLimpopo imgwebe ngoLwesihlanu.

Wadlwengula abesifazane phakathi kuka-2005 no-2012.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.