Ugwetshwe udilikajele olahlwe yicala lokudlwengula

2017-11-03 18:01

Willowvale - INkantolo yesiFunda yaseWillowvale, e-Eastern Cape, igwebe owesilisa oneminyaka engu-33 ubudala ngemuva kokulahlwa yicala lokudlwengula.

UXolisa Natsula walahlwa yicala lokudlwengula kanye nelokuzama ukubulala.

Lesi sigameko senzeka lapho izingane ezintathu zamantombazane zazisendleni eya emakhaya zisuka emcimbini wesintu endaweni yaseBusila, eWillowvale.

UNantsula wagijimisa lezi singane, ngenhlanhla ezimbili zakwazi ukubaleka nokho wakwazi ukubamba eyodwa eyayineminyaka engu-16 ubudala ngesikhathi sesigameko.

OLUNYE UDABA:Bagwetshiwe abathathu abalahlwe elokudlwengula

"Lo mlisa wagwaza le ntombazane, kwathi ngokuhamba kwesikhathi wayidlwengula," kusho amaphoyisa.

Kuthiwa ngesikhathi isisulu sizincengela kulo mlisa ukuba engasibulali simbiza ngegama, umsolwa waqhubeka nokusigwaza wasishiya esikhotheni ecabanga ukuthi sishonile.

Le ngane yakwazi ukuzihudula yaze yafika ekhaya nokuyilapho eyaphuthunyiswa khona esibhedlela, yavula necala emaphoyiseni.

Lathethwa icala, lagcina ngokumgojela uNantsula.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.