Ugwetshwe udilikajele owayedlwengula ingane,7, yesihlobo

2016-08-16 12:30

Durban – Owesilisa,40, ugwetshwe udilikajele ngokudlwengula ingane eneminyaka eyisikhombisa eyisihlobo, kubika i-eNCA.

Lesi sigwebo sikhishwe inkantolo yesiFunda eMlazi. Ngokusho kukaThulani Zwane okhulumela amaphoyisa, lo msolwa waqala ukudlwengula le ngani ngo-Ephreli 2012.

Umama wale ngane wathola ngalokhu ngesikhathi ingane iyohlolelwa ubuntombi.

Funda nalolu daba:Umkhwenyana uboshelwe ukudlwengula unkosikazi

“Isisulu sitshele unina ukuthi umsolwa ujwayele ukwenza lokhu futhi ayisakhumbuli ukuthi kukangakhi emdlwengula,”kusho uZwane.

UMEC wezokuthutha kanye nokuvikeleka koMphakathi uMxolisi Kaunda usamukele lesi sigwebo ngokuthi uyathemba ukuthi isinqumo senkantolo singesifanele.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.