Ugwetshwe udilikajele umalume owadlwengula umshana

2017-09-01 19:30

Johannesburg - INkantolo yeMantshi yaseTonga igwebe owesilisa oneminyaka engu-44 ubudala udilikajele ngokudlwengula umshana wakhe.

Lo malume walahlwa ngamacala amabili enzeka cishe eminyakeni emihlanu eyedlule.

IMantshi u-Edga Moletsane uthole lo malume enecala ngezigameko ezimbili zokudlwendula, ngomhlaka-4 Agasti 2017.

OLUNYE UDABA:Ugwetshiwe umalume owadlwengula intombi kamshana wakhe

Ngokombiko wamaphoyisa, umalume wathola umshana eyedwa endlini ngomhlaka-3 Okthoba 2012, wamthatha ngenkani wabe eseyamdlwengula.

Umshana wavula icala ngalo lolo suku, wahanjiswa esibhedlela saseTonga lapho afike ahlolwa khona kwaqinisekiswa ukuthi unukubeziwe.

Ngokubika kwephephandaba iMpumalanga News, lo mshana wathola ukwelulekwa ngokomqondo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.