Ugxavune umyeni ngamankwahla emthola ezitika ngodadewabo

2016-07-11 16:02

Zimbabwe -  Uvele phambi kwenkantolo kaMantshi opitshize amankwahla omyeni emthola elele nodadewabo mncane, kubika iMyZimbabwe.

UCharity Tshuma, 24, waseLupane obhekene namacala okushaya ngenhloso yokulimaza ulivumile icala lokulimaza umyeni wakhe uCollen Siziba, 39.

Inkantolo izwe ukuthi uSiziba ubezitika ngodadewabo kaCharity oneminyaka engu-15 ubudala.

OLUNYE UDABA:Ucansi lumnandi uma owakho ephiwe induku - Obehayiza

UCharity watshelwa omakhelwani ngalokhu wase ehlela itulo lokubabamba oqotsheni.

Ngesonto eledlule uCharity watshela umyeni wakhe ukuthi uya kwandabazabantu eyokwenza incwadi yezokuvakasha futhi uzolala ezihlotsheni.

Uthi wahamba washeshe wabuya nokuyilapho athola khona umyeni wakhe kanye nodadewabo bezitika ngocansi embhedeni wakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.