Ugxekiwe okhulume ngoMageba emsakazweni olalelwa yizinhlanga zonke

2017-03-06 19:31

Cape Town - Kukhulunywe ngaye yonke indawo namuhle ekuseni uLumka Oliphant okhulumela uMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi kulandela ukunqaba ukukhuluma isiNgisi emsakazweni iTalk Radio 702.

U-Oliphant akazange ayiphendule imibuzo yezintatheli emayelana noNgqongqoshe uBathabile Dlamini ngeSonto ngesikhathi egxeka abezindaba ngesikhathi kukhulunywa ngodaba lwakwa-Sassa waphinde wanqaba ukuphendula imibuzo.

OLUNYE UDABA: I-ANCWL izwakalise ukumeseka uBathabile Dlamini

Lesi sikhulumi sikhulume ngolimi lwesiZulu nomethuli wohlelo, uXolani Gwala ku-702, sala saphetha ukukhuluma isiNgisi. UGwala ube eseyivala ingxoxo ngemuva kokuba enqabile ukukhuluma ngolimi oluzoqondwa yibo bonke abalaleli bomsakazo.

I-702 yaziwa njengesiteshi somsakazo esiphakela abantu bezinhlanga zonke nokwenze uGwala amcele u-Oliphant ukuthi akhulume isiNgisi.

Yize kunjalo u-Oliphant uqhubekile nokukhuluma isiZulu, ephendula ngokuthi kudala lolu daba lukhulunywa ngesiNgisi, wacela ukuthi lukhulunywe ngesintu ukuze nabanye bezocaciseleka ngalo.

Lalela:

Twitter:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

QA Technical Tester

Cape Town Northern Suburbs
Hi-Tech Recruitment - Johannesburg

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.