Uhlahlele uyise ngembazo kuxatshanwa

2016-05-26 18:30

Harare – Owesilisa oneminyaka engu-21 ubudala ugcinwe esitokisini kulandela ukuthi umbango womndeni weminyaka ugcine ukhiphe isidumbu kuleli sonto.

Iphephandaba iThe Voice libike ukuthi umndeni wakwaSebase, eMolepolole, eZimbabwe, usale ubambe ongezansi ngesikhathi uKitso Setlhotlha Patse ehlahlela ubaba wakhe, 61, ngembazo washona, kubika iBulawayo24.

Izihlobo zithi kuqale kwavuka ingxabano eholele ekutheni uPatse agence ubaba wakhe.

Kuthe esebona umonakalo awenzile, uPatse wahamba wayobhaca kamalume wakhe, wabe esenikelwa emaphoyiseni ngosuku olulandelayo.

OLUNYE UDABA: 'Wagqema' umkakhe ngembazo ngoba emncisha ucansi

Okhulumela umndeni, uThantshi Sebase, uthi umfowabo nonkosikazi wakhe bebengasalali embhedeni owodwa ngoba belinde ukuthi kuphothulwe idivosi yabo.

Uthi izingane zikamufi nomkakhe bebejwayele ukumhlanganyela befuna imali yakhe yempesheni.

Nokho akucaci ukuthi bekubangwani kuze kubulawe leli khehla.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.