Uhlalele ethembeni umndeni wendoda eduke eMozambique

2016-08-11 20:31

Johannesburg - Abazali bendoda yaseLimpopo okusolwa ukuthi yaminza ngesikhathi ihambe nomkayo behambele i-honeymoon eMozambique uhulumeni wesifundazwe ubasiza ngokwelulekwa ngengqondo 

ULivhuwani Malivhoho oneminyaka engu-29 ubudala kusolwa ukuthi waminza ngoLwesine olwedlule.

OLUNYE UDABA: Kuduke owakuleli emozambique eyekwi-honeymoon

Umama kaLivhuwani uMavis Netshilonwe uhlalele ethembeni lokuthi indodana yakhe izotholakala.

"Ngihlezi ngicabanga ngendodana yami esinyamalele, engingayazi ukuthi ikuphi. Ngiyathandaza eNkosini ukuthi ibasize bathole uLivhuwani. Uma ngiqala ukuqhaqhazela ngivele nikhulume noNkulunkulu ukuba angininke amandla," usho njalo.

Abezenhlalakahle bavakashele lo mndeni uobaluleka ngokwengqondo.

Ubaba kaLivhuwani u-Isaac Malivhoho uthe abezenhlakahle babaluleke ngokuthi baqine idolo kanti ezinye izihlobo zona zithungatha uLivhuwani eMozambique, kubika i-SABC.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.