Uhlalele ovalweni umphakathi kubulawa abantu ngempelasonto

2018-04-09 14:04

Cape Town – Umphakathi waseManenberg uhlalele ovalweni kulandela ukubulawa kwabantu odlameni lwezigebengu ngempelasonto.

Izidubedube ziqubuke kabusha ngemelasonto yePhasika kule ndawo.

Kule mpelasomnto, abantu abathathu, okubalwa kubona nababili okusolwa ukuthi baseqenjini lezigebengu, badutshulwe babulawa.

Abantu ababili badutshulwa babulawa nangesonto eledlule.

OLUNYE UDABA: Uhlezi lubhojozi umphakathi kulandela ukubulawa kwekhehla

Kwesinye isigameko, izigebengu zivulele ngenhlamvu zibhekise ku-Abdul Kader Stanford ngemuva kokuba eqonde kuzona.

Umholi womphakathi eManenberg uRoegshanda Pascoe uthi udlame luqhubekile nangempelasonto esiphuma kuyona.

Khonamanjalo, kudutshulwe kwabulawa abanye abantu abathathu eLentegeur eMitchells Plain ngeSonto ebusuku.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.