Uhlaselwe ushaka ebhukuda ebhishi

2018-04-04 09:30

East London - Oneminyaka engu-19 ubudala uhlaselwe ushaka ebhukuda e-St Francis Beach, ngaseSt Francis Bay e-Eastern Cape ngoLwesibili.

Isisulu sikhishwe ngabanye ebebebhukuda emanzini, kanti selashelwe ukwethuka kanye nokulimala edolweni ngabeNational Sea Rescue Institute (NSRI).

OLUNYE UDABA: Ugwaze umzala kubangwa imali yokugibela

"Uhlobo lukashaka olumhlaselile kalukaziwa kodwa ngokubuka amanxeba kukholakala ukuthi uhlaselwe ushaka omncane, kodwa lokho ngeke kwaqinisekiswa okwamanje,” kusho owe-NSRI St Francis Bay, uStuart Obray.

Isisulu siphuthunyiswe esibhedlela sisesimeni esethembisayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.