UHlaudi ufuna kufakwe uSomizi noKhanyi Mbau ku-Metro FM

2016-07-04 11:31

Johannesburg – Umotsoeneng usolwa ngokungenelela kwinqubo yeMetro FM yokuqasha ozothatha isikhundla sikaTbo Touch.

Iphephandaba langeSonto iSunday World ilunywe indlebe ngokuthi abaphathi balesi siteshi bebefuna u-Anele Mdoda kanye noDJ Fresh, kodwa sebetheneke amandla njengoba kubonakala sengathi uMotsoeneng unezinye izinhlelo zakhe.

OLUNYE UDABA:USomizi uphawule nge-#OpenUpTheIndustry

Ngokusho kukaKaizer Kganyago okhulumela iSABC uvumile ukuthi uMotsoeneng uhlanganyele nabaphathi balesi siteshi.

“Ngesikhathi kunomhlangano wokuveza abantu abanamakhono abajoyine le nhlangano, okuhlanganisa uSomizi noKhanyi Mbau besingakaze simemezele ukuthi bazofakwa kweziphi iziteshi,”kusho yena.

Ngeke sisatshiswe abantu ngamahlebezi abawakhulumayo futhi asiyithandi indaba yokuthi abantu abangaphandle bazibona benegunya lokusiphoqa ukuba sense izinto ngendlela yabo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.