Uhlawulisiwe owaseNigeria obezama ukufumbathisa iphoyisa

2016-08-17 07:30

Cape Town– Owesilisa odabuka kwelaseNigeria uhlawuliswe u-R80 000 ngokuzama ukufumbathisa iphoyisa kabili, kubika i-African News Agency.

Lokhu kwenzeka ngesikhathi leli phoyisa liphenya ngokushushumbiswa kwezidakamizwa eminyakeni emibili eyedlule.

OLUNYE UDABA:OwaseNigeria ugwetshwe 25 weminyaka ngezidakamizwa

UJoseph Uzuchukwu, 33, waseMilnerton in Cape Town, uvele phambi kwe-Specialised Commercial Crime Court eBellville.

Lo mlisa ukhiphe uR60 000 abewuphethe ngaleso sikhathi wase eyalelwa ukuba akhokhe uR20 000 kungakapheli izinyanga ezine.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.