Uhlela ukuvula isikhwama esizosiza abahlukumezekile unina wesisulu

2016-08-10 19:00

Cape Town – Nakuba sekuphele iminyaka emithathu indodana kaGaynor Adams, uLee, yabulawa ngesihluku yanqunywa ikhanda eKapa, namanje ubuhlungu benhliziyo abukapholi.

"Mina nendodana yami uZion asikutholanga ukululekwa ngokwengqondo. Lento kungathi yenzeke izolo.” Usho kanje ekhuluma ne-News24 ngaphambi kokuba umbulali agwetshwe ngoLwesithathu.

INkantolo eNkulu yaseWestern Cape High imgwebe iminyaka engu-22 ebhadla ejele u-Aljar Swartz,20.

Funda nalolu daba: Kutholwe amathambo omuntu ngasesiteshini samaphoyisa

Nakuba u-Adams ebegcwele umunyu ngaphandle kwenkantolo, ukubeke kwacaca ukuthi akafuni ukufa kwendodana yakhe kulibaleke.

Uthe usezinhlelweni zokuvula isikhwama esizokwaziwa ngeLee Adams Foundation okuhloswe ngaso ukwenza kubelula ukweluleka ngokwengqondo abantu abadlule ezimeni ezifuze lesi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.