Uhlelo oluyintandokazi lunomncintiswano wengubo yomshado

2016-07-28 16:01

Durban -Kuzojabula abalandeli be-Generations Legacy njengoba izonikezela ngengubo yomshado kaSphe, kubika iTimeslive.

Njengoba abalandeli bawulinde ngabomvu umshado kaSphe Cele kanye noMazwi Moroka abahleli beGenerations: The Legacy, bathi abalandeli bazothola ithuba lokuwina ingubo yomshado ebiza uR45 000.

OLUNYE UDABA:Umlingisi omusha we-Generations usolwa ngokungayondli ingane

Kuthiwa le ngubo isithandwa kakhulu abalandeli njengoba ligcwele ezinkundleni zokuxhumana.

Abahleli balolu hlelo bathi lomncintiswano uzoqala kulo leli sonto kanti banxusa abalandeli ukuba babukele umshado bese baphendula umbuzo ozolandela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.