Uhulumeni ukhathazekile ngokubulala okuqhubekayo eKZN

2016-07-21 07:29

Johannesburg – Uhulumeni uthi ziyakhathaza kakhulu izehlakalo zokubulawa kwamakhansela e-African National Congress (ANC) KwaZulu-Natal.

Balinganiselwa kwabangu-12 abaholi be-ANC asebebulewe kulesi sifundazwe ezinyangeni ezimbili ezedlule.

UMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nezindaba zoMdabu uthi nakuba usuwenze izinhlelo zokuqinisekisa ukuthi ukhetho lohulumeni basekhaya lubangolukhululekile nolungachemile, ukubulalana okukhona KwaZulu-Natal kungase kubeke ebungozini ukhetho.

Funda nalolu daba: Utholakale eselenga obexabene nenntombi

Okhulumela uMnyango, uLegadima Leso, uthe: “Sifuna ukuqinisekisa ukuthi siqinisa intandoyabantu ngokuthi sibekezelelane futhi sisebenzisane ekwethuleni ukhetho olunokuthula.”

UMnyango unxusa wonke amaqembu ezombusazwe nalabo abazimele okhethweni ukuba baziphathe ngendlela ehambisana nemigomo yokhetho.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.