Uhulumeni usiza umndeni wowesilisa onyamalale kwi-honeymoon

2016-08-11 10:01

Johannesburg – Uhulumeni waseLimpopo ufake igxalaba ekusizeni umndeni wendoda yakuleli eduke ibhukuda nonkosikazi wayo bekwi-honeymoon, eMozambique. 

ULibhuwani Malibhoho wanyamalala ebhishi iZabora, enyakatho neMaputo, bebhukuda nomkakhe.

Kukholakala ukuthi uMalibhoko, 29, wagugulwa yigagasi elinamandla.

OLUNYE UDABA: Kuminze owesilisa kujatshulwa eThekwini

Iziphathimandla zimatasa zihlola isidumbu esiphalazwe wulwandle eThekwini ukuze kubonakale ukuthi ngabe ulibofuzo lwaso luyahambelana na nolukaMalibhoho.

Okhulumela uhulumeni uKenny Mathiba uthe: "Sizama ngazo zonke izindlela ukusiza umndeni kulesi sikhathi esinzima.

“Sihlela nokuweluleka ngokwengqondo umndeni. Kunethimba eliphelezele umndeni.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.