Uhulumeni waseZimbabwe uxoshe amanesi abetelekile

2018-04-18 11:03

Harare – Uhulumeni waseZimbabwe ngoLwesibili uxoshe wonke amanesi angenele isiteleka kuqala isonto.

Amanesi aseZimbabwe angenele isiteleka ngoMsombuluko, ekhala ngezinto ezifana nezimo ezingezinhle abasebenzela ngaphansi kwzo kanti nangamaholo amancane.

NgoLwesibili, iPhini likaMengameli uConstantino Chiwenga lithe kuyishw aukuthi abasebenzi baqhubekile nesiteleka nakuba kubanjwe imihlangano eminingi phakathi kukahulumeni iHealth Services Board, neZimbabwe Nurses Association.

Uthi okudumaza kakhulu ukuthi uhulumeni ufake imali engu-$17 114 446 – ngemuva kwesivumelwano – eMnyangweni wezeMpilo ukuze kukhokhelwe amanesi atelekile.

UChiwenga uthi isiteleka bona basibona njengokungabi nozwelo futhi njengento eqguqguzelwa yipolitiki.

OLUNYE UDABA: UMugabe wayehlukunyezwa ngumkakhe - Umbiko

“Ngaleyo ngendlela, uhulumeni uthathe isinqumo sokuwaxoshwa wonke amanesi atelekile ngokushesha,” esho.

“Ngaphezu kwalokhu, uhulumeni useyalele iHealth Services Board ukuba ixoxisana nawo wonke amanesi angasebenzi ezweni, ngokushesha. Uphinde wayalela ukuba kubuyiswe nalawo asathatha umhlala phansi.”

UChiwenga uthi imali ebisifakiw eukukhokhela izimfuno zamanesi abetelekile isizosetshenziselwa u ukukhokhela izindleko ezizovela ngalesi sinqumo abasithathile.

- ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.