Uhulumeni waseZimbabwe uzovala izinkundla zokuxhumana

2016-07-06 16:00

Harare – Izakhamuzi zaseZimbabwe zithathele ezinkundleni zokuxhumana ukugxeka iziphathi mandla zezomthetho ngesinqumo sokuvala inkundla yezokuxhumana u-Whatsapp.

Ngokusho kwezintatheli zaseZimbabwe, lesi sinqumo sithathwe kulandela imibhikisho yalabo abagxeka umengameli wezwe uRobert Mugabe.

OLUNYE UDABA:Kuvungame iTwitter umsakazo unqaba ukudlala ingoma

Izintatheli ezingafunanga kudalulwe amagama azo ziqhubeke zathi, lokhu kubuye kwabhebhethekiswa nayisiteleka sothisha abangazange bawathole amaholo enyanga kaJuni.

“Yebo inkundla ka-Whatsapp ayisasebenzi kanti lokhu kumataniswa nalolu dlame oluqhubekayo,” kusho intatheli.

-Izindaba.News24

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.