Uhulumeni wendawo ususebenzisana nabalaphi bendabuko ngolwama-albino

2016-07-15 10:01

Manguzi - Umphakathi waKwaZulu-Natal ubheka izindlela ezikahle zokuvikela abantu abaphila nebala elimhlophe, ama-Albino.

Kamuva nje umelaphi wendabuko eManguzi uvele wayibhemisa indaba ngemuva kokuba owesifazane eze kuye efuna ukumdayisela ingane ephila naleli bala.

OLUNYE UDABA: Kubanjwe isihlobo sizama ukudayisa umfana oyi-albino

Lo wesifazane oneminyaka engu-28 ubudala usesesitokisini kanti ingane isibuyiselwe ezihlotsheni zayo.

Kunenkolelo yokuthi umuthi owenziwe ngezicubu zomzimba wabantu abaphila naleli bala ungacebisa umuntu.

Uhulumeni wendawo usebenzisana nabalaphi bendabuko ukuqeda ukubulawa kwama-albino, kubika i-eNCA.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.