Injabulo uTsekeleke ehola izinkulungwane zemali

2016-05-20 16:01

Durban – Emasontweni ambalwa adlule kwakunemibiko yokuthi uTsekeleke ongumculi nomdansi udla imbuya ngothi, kubika iDailysun.

Lo mculi wayenenkontileka yeminyaka emibili yokukhangisa nenkampani uKing James11 kusukela ngo-2014. Uthi ukhokhelwe kabili kuphela ngemisebenzi yakhe.

Lesi sihlabani sase sihlupheka kangangokuba besingasakwazi ngiso nokuthenga ikota.

OLUNYE UDABA:Kube umzukuzuku kuboshwa utsekeleke

“Ngesikhathi ngijoyina le nkampani savumelana ngokuthi ngizokhokhelwa zinyanga zonke iminyaka emibili. Lokhu akuzange kwenzeke njengoba ngase ngilwa nabo ukuze bangikhokhele njengoba sebengikhokhele kabili,”kusho yena.

Kuleli sonto le nkampani yaxhumana naye ngezindaba ezimnandi. Bamtshela ukuthi bazomkhokhela imali engango-R11 000.

“Ngijabule kakhulu njengoba sebengikhokhele le mali engayisebenzela kanzima, sengizokwazi ukukhokhela i-albhamu yami entsha,”kusho yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.