Ujabhise iPirates, wasayinda neSundowns obegaqelwe

2016-07-05 10:02

Johannesburg – Sekuvele imibiko eqinisekisa ukuthi i-Orlando Pirates ikhale ngaphansi emjahweni wokuthola uLucky Mohomi ogcine esayindiswe yiMamelodi Sundowns.

Lo mdlali wasesiswini ubesuka kuFree State Stars, kusho umbiko weKickOff.com.

UMohomi, 25, obegaqelwe nayiPirates, usayinde inkontileka yeminyaka emithathu neSundowns.

OLUNYE UDABA: Owayevimbela iBafana ujoyine i-Aces

Kuthiwa lesi sikhwishikhwishi somdlali yiso esizovala indawo kaBongani Zungu, obhekise amabombo ePotugal.

“Sekuphothuliwe konke. UMohomi usengumdlali weSundowns,” kusho isikhulu seDowns sitshela le website.

UMohomi wadlala imidlalo engu-23 nezakhe ngesizini eyedlule, wafaka amagoli amathathu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.