Ujikiswe esibhedlela obengenawo u-R20

2016-07-07 12:32

Johannesburg - Uxoshwe esibhedlela ngoMsombuluko owesilisa waseMontclair, eningizimu yeTheku ngoba engenayo imali yokukhokha.

Namanje uSiboniso Ndwandwe,33, usababazai sihluku asizwe esibhedlela saseWentworth, kulandela ukulimala kabi esandleni, kubika iphephandaba ILANGA.

Uthi uwele emabhodleleni wasikeka iminwe ezama ukulamula abantu abebelwa ngakubo.

Funda nalolu daba: Kuboshwe umfundi ngenxa yezintambo abezifakile

Kuthe uma efika esibhedlela utshelwe ukuthi uma engenawo u-R20 okhokhwayo ngeke aluthole usizo.

Uthi kumanje akakwazi nokulala ngenxa yezinhlungu kanti nesandla usibopha ngesidwedwe.

UMnyango wezeMpilo kulesi sifundazwe uthembise ngokululandela lolu daba. 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.