UJimmy Tau wenze umnikelo ohlelweni lukaSomizi lokusiza abahlwempu

2016-07-18 19:00

Durban - Ngesonto eledlule uSomizi Mhlongo waveza ukuthi uzonikela ngamasudi angu-30 kubafundi bakamatikuletsheni, kubika iDailysun.

Lo mnikelo uwenzela labo bafundi besilisa abangenawo amandla okuthenga amasudi omdanso wesikole. Ngesikhathi ememezela lokhu, uSomizi unxuse abanye abangani bakhe ukuba babambe iqhaza.

OLUNYE UDABA:Owesilisa usolwa ngokweba umnikelo wase eshisa isonto

Isicelo salo saziwayo ongaconsi phansi kubalandeli bakhe sizwakele ngoba umdlali webhola uJimmy Tau useveze ukuthi uzokwenza umnikelo.

Lo mdlali ufake isithombe ezinkundleni zokuxhumana waveza ukuthi naye uyanikela, ubuye wacacisa ukuthi unikela nangehembe kanye nothayi wakhe ayewugqoke kumdanso wesikole.

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.