Ujoyina iScandal uHlomla Dandala

2016-07-06 17:01

Johannesburg – Sekumenyezelwe ukuthi uzojoyina umdlalo owuchungechunge uHlomla Dandala kulandela ukuba ngumqondisi wawo ngaphambilini.

Lo mlingisi uzodlala indawo kaKingsley Siseko Langa, ongummeli, kuScandal.

ULanga kuthiwa akakhulumi kakhulu, kanti uthanda ukulwela labo abangenalo izwi, Kkusho isitatimende.

OLUNYE UDABA: Ujoyina iSidingo umyeni ka'Karabo'

Isikhulu sakwa-etv uMarlon Davids uthe bajabule kakhulu ngokuthi uDandala ujoyina lo mdlalo: “UHlomla Dandala ungumlingisi osemnkantshubomvu, sijabule kakhulu ngokuthi ujoyina iScandal,” esho, kubika iSowetan.

“Siyamamukela emndenini wakwa-etv,” ephetha.

UDandala uzoqala ukubonakala kulo mdlalo ngasekupheleni kukaJulayi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.