Ukhala ngamaphoyisa owalinyalelwa yingane

2016-11-21 18:01

Durban - Usephelelwe yithemba lokuthi uyoke asizakale owesifazane waseManyane eNkandla maphakathi nesifundazwe saKwaZulu-Natal, othi uhlukunyezwa ngamaphoyisa asesiteshini saseKhombe kuyona le ndawo ngokugoloza nenombolo yecala alivulele owesilisa oshayise ingane yakhe ngemoto wabaleka.

Leli cala ulivule mhlaka 12 Okthoba 2015 okuwusuku okulimale ngalo ingane yakhe.

UNkz Khanyisile Lwandle,35 - indodana yakhe eneminyaka eyishumi ubudala eyalimala kabi emgogodleni ngesikhathi sengozi – uthi usola ukuthi amaphoyisa agwazeliwe njengoba ebukela phansi inkinga yokulinyazwa kwendodana yakhe.

OLUNYE UDABA: Ufakazi wale ukuphendula wale ukuphendula imibuzo enkantolo

Uthi ingane yakhe ishayiswe yimoto yacishe yaphoseka emfuleni uThukela - kwasiza ukuba ivinjwe yizinsimbi ezigudle ibhulohwe lokuwela umfula.

INkz Lwandle uthi indodana yakhe isidla amaphilisi esifo sokuwa ngenxa yokulimala kabi.

Umphathi wesiteshi , uKapt Moses Khanyile, uthi kusazobhekwa emabhukwini ngangaleli cala nakuba ekhale ngama-computer anenkinga.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.