Ukhandwe ngamatshe wabulawa okhulelise ngaphandle

2017-05-31 14:00

Johannesburg - Amaphekula aseSomalia akhande ngamatshe abulala owesilisa ngemuva kokuba inkantolo yenkolo yamaSulumane imthole enecala lokuphinga.

UDayow Mohamed Hassan, 44, ufakwe emgodini, wavela kuwona ngekhanda, washaywa ngamatshe amaphekula e-Al Shababa waze washona.

Ubelahlwe yicala ngokujola nokukhulelisa owesifazane, nakuba enamanye amakhosikazi amabili, ngokusho kwesinye sezikhulu.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe owesifazane oweqa ejele ebalekele ukulengiswa

I-Al Shabab ivame ukujezisa ngale ndlela abantu abalahlwe amacala ahlobene nocansi ezindaweni ezilawulayo eSomalia.

Ngo-2014, ibhungu elineminyaka engu-14 ubudala lakhandwa ngamatshe laze lashona ngemuva kokulahlwa yicala lokudlwengula owesifazane.

Ngo-2008, intombazanyana yabulawa ngendlela efanayo ngemuva kokuba ilahlwe yicala lokuphinga.

- BBC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.