UKhaya Mthethwa uphoxe izinkakha zomculo wokholo

2016-07-13 17:31

Durban -  UKhaya Mthethwa uthe: “Abantu abasha abasabalaleli abaculi abafana noDeborah Fraser kanye nabanye abaculi bokholo abafana naye ngoba ababaqondisisi.”

Uqhubeke wathi, "siyawamukela umculo wabo kodwa akukho okusixhumanisa nawo," lo mculi usho lokhu ngesikhathi ekhipha i-CD kanye neDVD yakhe entsha ebizwa nge-The Dawn.

OLUNYE UDABA:Usale nenkebenkebe yengozi umfundisi "onomlomo omanzi"

Lo mculi osanda kuqopha iDVD yakhe esontweni elisanda kusha iDurban Christian Centre uthe i-albhamu yakhe ingeyabasha, inesigqi esihlukile futhi ineqiniso.

Uthe ukhethe ukushaya umculo wokholo ohambisana nesimanje ngoba izikhathi sezashintsha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.