Ukhethe ukusula umqeqeshi iqembu likhishwa ku-Afcon

2017-01-24 13:01

Algeria - Umqeqeshi weqembu lesizwe lase-Algeria nongowokudabuka eBelgium, uGoorges Leekens, ukhethe ukulaxaza umsebenzi wakhe ngoLwesibili kulandela ukukhishwa kweqembu lakhe emqhudelwaneni we-Africa Cup of Nations oqhubekayo.

OLUNYE UDABA: Thola amaqembu aqhathwe neBafana kweyokuhlungela eye-Afcon

I-Algeria bekungelinye lamaqembu athathwa njengezimfivilithi ngaphambi kokuba kuqale lo mqhudelwano eGabon kodwa yaphuma ngemuva kokuhluleka ukuwina umdlalo eqoqweni layo.

“Ukwenzela ubuhle senginqume ukuthi ngiyeke yize noma ngikwenza ngenhliziyo ebuhlungu, futhi ngifisa yonke impumelelo eqenjini lesizwe,” lo mqeqeshi usho kanje esitatimendeni esishicilelwe ku-website yenhlangano yebhola e-Algeria, i-Algerian Football Federation.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.