Ukhononda ngamacala abekwe wona umlungu owabulala abamnyama

2016-07-06 20:29

Columbia – Umlungu osolwa ngokubulala abazalwane abangu-9 abamnyama esontweni eliseSouth Carolina ufuna ahoxiswe amacala abucayi abekwe wona, enziwe abe ngejwayelekile.

Abameli baDylann Roof bakhala ngokuthi ukubekwa kwakhe amacala abucayi kuyaphambana nohlelo ngoba la macala abhekene nawo angaqulwa kahle enkantolo eyejwayelekile.

OLUNYE UDABA: Udine abazalwane umfundisi wakuleli othe abantu abamnyama bangamavila

Omunye wabameli uSarah Gannett uthe uzosihoxisa lesi siphakamiso uma uhulumeni nawo uvuma ukungakulweli ukuthi ikhasimende lakhe lithole isigwebo sentambo.

Abameli baRoof ngaphambilini baveza ukuthi ikhasimende labo lizolivuma icala uma izosuswa eyesigwebo sentambo.

URoof wagasela esontweni ngo-2015 wadubula abazalwane e-Emanuel AME Church.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.