Ukhulelwe amawele umculi wodumo

2017-02-02 10:01

New York - Usephinde wakhulelwa umculi wodumo, uBeyonce Knowles, kanti kulokhu ke ukhulelwe amawele.

Lo mculi wengoma iFormation ngoLwesithathu ebusuku umemezele enkundleni yezokuxhumana u-Instagram ukuthi yena nomyeni wakhe uJay-Z balindele ukuthola amawele.

Lezi zithandani ezingosaziwayo zinengane eneminyaka emihlanu ndawonye, uBlue Ivy.

OLUNYE UDABA: Ubengithanda Shemm uLundi - Somizi

Ngemuva kwamahora angu-9 uBeyonce efake isithombe sakhe eveza isisu ku-Instagram, isithombe besesithandwe abantu abangaphezu kwabangu-6,9 million, kubika i-E news.

Kodwa le ntokazi ayigcinanga lapho.

Ngokombiko we-AFP, ngemuva kwemizuzu engu-45 enze lesi simemezelo ubesehamba phambili ezintweni obekukhulunywa ngazo ku-Twitter emhlabeni wonke. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.