Ukhumule wanqunu obengafuni ukukhuluma enkantolo

2016-07-01 16:02

Bulawayo - Athwale kanzima amaphoyisa owesilisa oneminyaka engu-76 eteleka ukungena ebhopkisini enkantolo ngezinsolo zokudlwengul;a umshana wakhe oneminyaka emithathu ubudala.

UNdawana Phinias Ndlovu waseLupanda uzame ukukhumula izimpahla abezigqokile engafuni inkantolo iqhubeke kwaze kwangenelela amaphoyisa amnqanda.

OLUNYE UDABA: Kushone abayisithupha kudutshulwa amabhasi

UNdlovu akazange abuzwe ukuba uyalivuma noma uyaliphika icala eNkantolo yesiFunda yaseHwange.

UNdlovu uzogcinwa esitokisini aze aphinde avele enakntolo ngomhlaka-8 Julayi.

Imantshi yenakntolo icele ukuba uNdlovu ahlolwe isimo sengqondo ngodokotela amabili.

NgokweBulawayo24 kusolwa ukuthi uNdlovu wadlwengula le ngane ngomhlaka-20 Meyi. 

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.