Ukhune ukathi vu ngokwehlukana kwakhe noSbahle

2016-07-27 11:29

Johannesburg - Ngemuva kokuba uSbahle Mpisane ememezele ngokwehlukana kwakhe nonozinti weKaizer Chiefs neBafana Bafana u-Itumeleng Khune enkundleni yezokuxhumana i-Instagram laba bobabili bezimisele ngomsebenzi.

USbahle ngeSonto wamemezela wamemezela ngokuthi yena nesihlabani sebhola uKhune sebehlukene wathi "Ezinye izimo zingcono uma uziqhelelanisa nazo."

OLUNYE UDABA: Angisajoli noKhune - OkaMpisane umntwana

Isithombe noma isimemezela sasulwa ku-Instagram ngemuva kwesikhashana kodwa kungathi akwenzekanga lutho njengoba uSbahle efaka izithombe zakhe neminingwane yamakilasi akhe okujima.

Khonamanjalo uKhune akathi vu  ngokwehlukana kwabo njengoba naye ezifakela izithombe zakhe ethi usezimisele kakhulu kunasekuqaleni, kubika iTimeslive.

IZITHOMBE:

One selfie a day #ChooseDay

A photo posted by FitnessBunnie (@sbahle_mpisane) on

For more details please call or whatsapp @tripplebfitnessfamilysa ?????????? space is limited!

A photo posted by FitnessBunnie (@sbahle_mpisane) on

As i go for the second session of the day.this weather though???#team32?? focused as ever??

A photo posted by itukhune32???? (@itukhune32) on


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.