UKhune uthi bazimisele ngokuphendula amatafula

2016-07-11 16:01

Johannesburg – Unozinti weKaizer Chiefs u-Itumeleng Khune uthi uzimisele ukufukula iqembu lakhe kule sizini, kulandela ukungenzi kahle ngeka-2015/16.

Leli qembu liqede umgqigqo wesizini eyedlule lishwiba izandla, lisendaweni yesihlanu kuligi, ngemuva kokukhishwa ekuseni kowe-CAF Champions League, kubika iKickOff.com.

UKhune uthi wazi kahle kamhlophe ukuthi abalandeli balindele lukhulu kubo kule sizini.

OLUNYE UDABA: Kusasekuseni ukuthi singaphosa ithawula - Khune

“Sithanda ukubonga abalandeli abathembekile baMakhosi ngokusibekezelela nangokuseseka yonke le minyaka,” esho.

"Siyazi ukuthi asenzanga kahle kule sizini efile, kepha sizimisele ngokuphendula amatafula kule sizini ezayo.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.