UKomphela ugcine esenzile isinqumo ngoXulu

2016-07-20 20:30

Durban – Umqeqeshi weKaizer Chiefs ushaye ingwijikhwebu waveza ukuthi uSiyanda Xulu, owathi akekho ezinhlelweni zakhe ngesizini ezayo, usezohlala kuleli qembu.

Obhekelele izindaba zikaXulu, uPaul Mitschell, utshele iSolezwe ukuthi lo mdlali wasemuva uzoqhubeka nokuyaluza emagcekeni aseNaturena ngesizini ezoqala.

“USiyanda uxoxisane noKomphela base bevumelana ngokukhohlwa osekudlulile, baqale kabusha. Uveze ukuthi uzimisele ngokuthi lo mdlali angahambi,” esho.

OLUNYE UDABA: Isiqala ukudida ekaSiyanda Xulu neKaizer Chiefs

Ukufika kukaXulu kwiChiefs kwakumele kutatazelise izimbangi, nokho kwangenzeka njengoba lo mdlali engazange abe nesizini enhle.

Kwenzeka konke lokhu, lo mdlali wafakwa ohlwini lwabadlali abahambayo kuleli qembu ngenyanga eyedlule.

Thola udaba oluphelele kwiSolezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.