UKomphela uphawula ngomdlalo wayizolo

2016-07-31 14:05

Johannesburg - Umqeqeshi weKaizer Chiefs uSteve Komphela uthe yize ezakhe zishaye i-Orlando Pirates ngo 2-0, usemningi umsebenzi osabahlalele ngaphambi kokuqala kwesizini.

Amagoli ka-Erick Mathoho noLewis Macha yiwo aqinisekise ukuthi aMakhosi angoshampeni beCarling Black Label Cup ngoMgqibelo.

OLUNYE UDABA: Sengiphelelwe amagama - Komphela

UKomphela uthe uwuthokozele kakhulu lo mdlalo, kepha kusekuningi okumele kulungiswe, kubika iSiya crew.

"Sizilungiselela ukuqala kwesizini entsha. Asizange siyiqede kahle isizini eyedlule ngakho kumele sinyuse amasokisi kule ezoqala. Usemningi umsebenzi osihlalele," kusho uKomphela.

"Kusasekuseni kakhulu ukuthi singakhuluma sigeqe amagula. Okusihlalele ukuthi siqinisekise ukuthi siba nesizini enhle."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.