Ukuba ngiphethe ngesandla sensimbi ngabe izinto ziqondile - Zuma

2016-07-22 11:37

Johannesburg - Ukuba uMengameli Jacob Zuma ubengundlovukayiphikiswa, ngabe kuphoqelekile ukufunda.

"Uma unganginekeza izinyanga eziyisithupha zokubangundlovukayiphikiswa, izinto zingaqonda ngqo,” kusho uZuma etshela abafundi nabazali eMarhulana Primary School eThembisa, okungesinye sezikole ezindaba kuleli.

"Okwamanje ukuze uthathe isinqumo udinga isixazululo noma isicelo. Ukuba kuyangami, ukufunda kabe kuphoqelekile.”

Funda nalolu dabaUNgqongqoshe ugxeke ukujola kothisha nabafundi

UZuma ngabe uyaqinisekisa ukuthi abantu abangasebenzi babuyela esikoleni, nabafundi abadojayo bayavalelwa.

Uthi ngabe amaphoyisa ayabamisa abafundi ababonakala behamba emgwaqeni ngesikhathi sesikole.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.