Ukubambezeleka kwamaholo akunikezi ilungelo lokuteleka - Mugabe

2016-07-09 13:02

Bindura  – UMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe ngoLwesihlanu uzwakalise ukuthi ukubambezeleka kwamaholo abasebenzi bakahulumeni ‘yinto yesikhashana nje’ engagunyazi abantu ukuba bangenele isiteleka, waxwayisa ngetulo lokuzama ukuqumba phansi umbuso wakhe.

Abahleli besiteleka bathi bazoqhubeka naso isiteleka kuzekube uMugabe uyehla esikhundleni.

Funda nalolu daba: Ibhungu libulale umkalo obekhulelwe

“Isitha sifuna ukuqumba phansi umbuso we-ZANU-PF,” kusho uMugabe etshela abebehambele irali yeqembu eBindura.

“Asiqaphele futhi sivule amehlo sibheke isitha. Izinhliziyo zenu mazingasuku kwi-ZANU-PF.”

Akazange acacise nokho ukuthi singubani isitha.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.