Ukubuyisana nokuxolelana akwenzeki ngokuxhawula kuphela

2016-07-24 13:30

Durban -  Akusikhona kodwa ukuthi uMadiba wasikhohlisa ngokubambisana ngeminyaka yama-1990s kodwa kodwa wahlanganiswa ukuvuselelwa kwezwe nokwakha isizwe.

Lawa ngamazwi kaJoel Netshitenzhie lapho ethi isithombe esakhiwa uNelson Mandela ukuthi lokhu ayeyikho kwakubonisa lokhu esikumele nesikufisayo.

Kodwa uma kuphindwaphindwa, amazwi okubonga agcine esefana nenganekwane, awasabi naso isisindo futhi agcine esecika noma ekhathalisa.

OLUNYE UDABA:Umzukulu kaMandela uthi ngeke aqophisane noMalema

Ukukhumbula uMandela kusikhumbuza ngomlando wethu kanti ilokho kanye okudala imizwa eyahlukahlukele kithi uma sikucabanga.

Uhambo olubheke kwinkululeko alukapheli, ngoba ukuxolelana nokubuyisana okugcini ngesivumelwano enisenza bese niyaxhawulana kodwa kuwuhambo olungenamkhawulo, kubika i-The Sunday Independent.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.