Ukubuyiselwa komhlaba ebantwini ngeke kuwulimaze umnotho - Ramaphosa

2017-12-21 11:02

Johannesburg - Esinye sezinqumo ezithathwe kwinkomfa ye-ANC ukubuyiselwa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo ngaphandle kokulimaza umnotho.

Lokhu kuvezwe wuRamaphosa ngesikhathi ethula inkulumo yakhe yokuqala njengomengameli waleli qembu ngoLwesine ekuseni lapho aveze khona ukuba sikhulu isidingo sokubuyiselwa komhlaba kubantu.

URamaphosa uthe le nhlangano izosebenza ngokushesha ezinhlelweni zayo zokubuyiswa kanye nokuthuthukiswa kwezindawo zasemakhaya njengezinhlelo zabo ze-Radical Economic Transformation (RET.

OLUNYE UDABA:Usephumile esibhedlela uNzimande ngemuva kokuhlaselwa ukugula kwinkomfa ye-ANC

Lo mholi ugcizelele ukuthi lokhu kumele kwenzeke ngaphandle kokuwisa umnotho kanye nokukhiqizwa kokudla.

"I-ANC izohlezi iqikelela ukuthi umnotho unakelelwa ngendlela ezothuthukisa abantu bakuleli," kusho yena.

Ubuholi be-ANC buzonikezwa isikhathi nomsebenzi othile ukuze kuhlolwe ukuthi lamapholisi abo ayasebenza na.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.