‘Ukufa akunamandla kithina: Umfundisi owelapha ngeRattex

2017-02-07 11:34

Johannesburg - UPastor Light Monyeki kuthiwa uthaka iRattex kanye namanzi akunike abazalwane ebathembise ngokuthi kuzobenza babukeke bebahle baphinde belapheke.

NgeSonto, ezithombeni ezifakwe ekhasini likaFacebook leGrace Living Hope Ministries, uMonyeki “ubonakalise amandla okholo ngokuphuzisa abazalwane iRattex.”

OLUNYE UDABA: IPhalamende lizokhipha umbiko ngamalungiselelo eSona

Lokhu, ngokusho kombhalo okuFacebook‚ “kuzokhombisa ukholo labazalwane ngokusebenzisa ushevu.”

Kuthiwa utshele abazalwane ukuthi: “Uma abafana ababhema inyaope bekwazi ukubhema iRattex iminyaka engaphezu kwengu-8, singobani thina?  Ukufa akunawo amandla phezu kwethu.”

- SowetanLive

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.