Ukuhlinzeka ngemfundo yamahhala kungadala ukushoda kwemali - Gigaba

2017-10-25 16:01

Cape Town - Uma kungathiwa uhulumeni uhlinzeka ngosizo lwezezimali abafundi abangu-40% basemanyuvesi eNingizimu Afrika lokho kuyosho ukuthi ngemuva kweminyaka emithathu imali iyoshoda ngo-R61bn, kusho uMnyango woMgcinimafa kwisabelomali saphakathi nonyaka.

Ngaphezu kwalokho, ukufundisa bonke abafundi abasemaTechnical and Vocational Education and Training (TVET) kukodwa, kungadla imali engango-R23.5bn iminyaka emithathu.

UNgqongqoshe wezeziMali uMalusi Gigaba ethula isabelomali ngoLwesithathu uthe umzabalazo wezitshudeni eNingizimu Afrika wenze kahle ukuqinisekisa ukuthi udaba lwemfundo ephakeme lubekwa eqhulwini ngokuhambisana noguquko ezweni.

OLUNYE UDABA: Angikholwa ukuthi umnotho ubanjwe ngumuntu oyedwa - Gigaba

“Isabelomali vele kumanje imali eningi siyicazela imfundo ephakeme. Isabelomali salo mkhakha singesinye sezikhula ngesivinini, njengoba sisuka ku-R77bn kulo nyaka siya ku-R97bn ngo-2020/21.”

Kulokhu kubalwa nohlelo lokusiza ngemali abafundi abaswele.

UGigaba uthi ikhomishana yophenyo ephenya ngemfundo ephakeme isiwuhambisile kuMengameli Jacob Zuma umbiko wayo mayelana nokuthi abafundi abaswele bangayithola kanjani imfundo yamahhala.

Uthi akumele kube khona abafundi abazongayi esikoleni ngoba nakhu bengenayo imali.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.