Ukuhlolwa kwesidumbu kuveze okwehlukile ngomfana okuthiwa wabulawa amabhoklolo

2017-09-28 10:59

Johannesburg – Amaphoyisa athi imiphumela yokuqala yokuhlolwa kwesidumbu somfana oneminyaka engu-13 ubudala waseBenino iveza okwehlukile kunezinsolo ezithi washona ngemuva kokulimala elwa namabhoklomo esikoleni.

Umfundi owayenza u-grade 7 kanye nomfowabo omdala kukholakala ukuthi kwase kunesikhathi behlushwa ngamabhoklolo esikoleni sase-East Rand.

Umfana washonela kubo ngesonto eledlule.

OLUNYE UDABA: Ushonile owesilisa oshayiswe yizimoto ezintathu

Okhulumela amaphoyisa uMack Mngomezulu uthi nakuba imiphumela iveza okwehlukile, uphenyo lwabo luyaqhubeka.

Uthe iziphathimandla zisabheka ukuthi kusamele athweswe yini icala amabhoklolo asolwayo.

“Uma seluphothuliwe uphenyo, idokodo lizoyiswa enkantolo ukuba ithathe isinqumo. Amaphoyisa azokwenza konke okumele akwenze, okubalwa nokuthatha izitatimende kumanesi nabakubo kwesisiulu.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.