Ukujahana kwamaphoyisa nezigebengu kuphethe ngengozi

2016-07-28 14:32

Durban - Izimoto ezimbalwa zamaphoyisa abejaha labo okuthiwa ngamalunga amagenge i-Crowbar, kubika i-EWN.

Leli qoqo lezigebengu kuthiwa lisebenzisa ama-crowbar ukugqekeza emzini yabantu ikakhulu imizi esemadolobheni.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa akwaMetro aphika ukuba endaweni yesigameko

Kushone owesilisa,73, ngesikhathi imoto abehamba ngayo ishayisana neyamaphoyisa eDurbanville.

Kulimale amaphoyisa amabili kulesi sigameko kanti ngokusho kuka-Andre Traut, uthe lesi sigameko sengozi sisaphenywa ngemuva kokuthi imoto yamaphoyisa ishayisane nenye imoto.

“Umshayeli we-Mercedes Benz ulimale kakhulu washonela khona lapho kanti amaphoyisa amabili aphuthunyiswe esibhedlela,”kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.