‘Ukuphoxeka okukhulu’ iTheku liphunyulwa imidlalo yama-Commonwealth

2017-03-14 11:02

Durban – ITheku angeke lisayisingatha imidlalo yama-2022 Commonwealth Games ngemuva kokuhluleka ukuhlangabezana neminqamulajuqu eminingi kanye nezinkinga zezimali, iBusiness Day, ibike kanjalo ngoLwesibili.

ITheku bekuzoba yidolobha lokuqala e-Afrika ukuthi lisingathe le midlalo, ehlanganisa abadlali abavela emazweni angu-52 ama-Commonwealth.

Kuyimanje iCommonwealth Games Federation isibheka idolobha elisha elizosingatha le midlalo.

OLUNYE UDABA: Ngabe iTheku lizolahlekelwa imidlalo yamaCommonwealth?

INingizimu Afrika ibizosebenzisa u-R8 billion ngokusingatha le midlalo, iBusiness Day ibike kanjalo.

IBusiness Day icaphune uCharles Preece, okhulumela iFederated Hospitality Association of SA, ethi “sekubhekwe zonke izinto” iTheku belingeke likwazi ukukhona izindleko zale midlalo.

UMengameli weSouth African Sports Confederation and Olympic Committee, uGideon Sam, kubikwa ukuthi uthe lezi zindaba “ziwukuphoxeka okukhulu” kuzwekazi i-Afrika lonke.

“Kodwa ngaphandle kweziqiniseko zikahulumeni ezidingekayo, asikwazanga ukuqhubeka,” usho kanjalo.

“Wonke umuntu wayejabule ukubona imidlalo yama-Commonwealth yethulwa eThekwini, ebelifanelekile ukusingatha lo mcimbi, kodwa ngesikhathi ezomnotho seziqala ukubamba iqhaza, kwaba nzima.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.