Ukuqhabula ubhiya ngosuku kungasindisa impilo yakho

2016-11-15 14:33

Durban - Ukuqhabula ubhiya ngosuku kungasiza ukwehlisa izinga lokuba sengcupheni yokuthola isifo sohlangothi kanye nokuthola izifo zenhliziyo.

Lokhu kuvezwe ucwaningo lapho kutholakale ukuthi abantu abangu-80 000 abadala abanezinga elifanalekile le-cholesterol bangabantu abaphuza ubhiya ngokujwayelekile.

Imiphumela yalolu cwaningo ibonisa ukuthi ukuphuza ingilasi eyodwa noma ezimbili zotshwala ngosuku, liyehla izinga le-cholesterol kowesifazane noma owesimame kunalabo abangaphuzi noma labo abaphuza ngokweqile.

OLUNYE UDABA:Ucasuke wafuna ukuqhumisa ibhomu ngoba kuchitheke ubhiya wakhe

Yize lolu cwaningo lwenziwe ngobhiya kanye nogologo, imiphumela ibonakale kakhulu kwabaphuza ubhiya, kubika iTimeslive.

Uhulumeni wase-UK usephakamise ukuthi abantu besilisa kanye nabesimame bangaphuzi ngaphezu kwamayunithi angu-14 abhiya ngesonto.

Lolu cwaningo lwethulwe kwabe-US Heart Association, lapho kubonakale khona ukuthi ukuphuza ngokujwayelekile kwehlisa izinga eliphezulu le-cholesterol kubani abaphuza kanye ngosuku kunalabo abaphuza ngokweqile


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.