Ukushaqeka efica imibungu ngaphandle komuzi wakhe

2017-02-27 18:00

Cape Town – Owesifazane uthuke woma ethola imibungu emithathu ilahlwe phambi komuzi wakhe.

Lesi sigameko senzeke ngoLwesihlanu ebusuku ngesikhathi uSadia Gamat Coetzee efika ethola imibungu lapho kungena khona izimoto emzini wakhe oseGoodwood.

Uzwakalise ukudinwa kwakhe enkundleni yezokuxhumana.

Izithombe zemibungu emithathu ebilahlwe ngaphandle komuzi okuStation Road, zishiye abantu beshaqekile kuFacebook.

OLUNYE UDABA: Kunzima kotshelwe ukuthi akathole i-medical aid

USadia kuFacebook uthe: “Umakhelwane ubone umuntu obehamba ngemoto ephonsa okuthile ngaphandle, kodwa akazange abheke ukuthi bekuyini.

"Kuthe uma ngifika ekhaya ngaqale ngazitshela ukuthi kunomuntu ophose inyama, kodwa umfowethu wabe esengitshela ukuthi yimibungu, angikholwanga, kwaze kwaba ngiphumela ngaphandle kwemoto. Ngibe sengifonela amaphoyisa.”

Okhulumela amaphoyisa, uSergeant Noloyiso Rwexana, usiqinisekisile isigameko wanxusa abantu abanolwazi ukuba beze ngahaphambili nemininingwane.

Uthe bavule idokodo kanti kuyaphenywa kodwa akukaboshwa muntu.

- Daily Voice 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.