Ukushaqeka impisi ibonakala ihudula isidumbu somuntu

2016-07-22 14:32

Harare – Basale beshaqekile abantu ababili abebehamba ngemoto emgwaqeni ongenelela eVictoria Falls, eZimbabwe, ngesikhathi bebona impisi ihudula isidumbu somuntu.

Kube sekuvela ngokuhamba kwesikhathi ukuthi lesi silwane asizange simbulale lo wesifazane, kepha sathola isidumbu sakhe ngemuva kokuba ezibulele, kusho uTrevor Lane we Bhejane Trust.

"Kwase kusele amakhilomitha amathathu bafike kuleli dolobha ngesikhathi bebona impisi ihudula isidumbu somuntu,” kusho uLane etshela iNews24.

OLUNYE UDABA: Wadliwa yimpisi ubuntu ofuna ukuceba

Kwabe sekuthintwa iZimbabwe Parks and Wildlife Management Authority ukuba ithungathe le mpisi, isidumbu satholakala ngasemphandweni wayo.

Uphenyo luveza ukuthi isisulu saxaba nomyeni waso sase simshaya ngembazo.

Kuthiwa sazibulala ngoba sicabanga ukuthi simshaye sambulala umyeni waso, kanti akazange ashone.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.